GOGO Skhotheni Dlamini

Directions

GOGO Skhotheni Dlamini GOGO Skhotheni Dlamini
Sangoma
Gobela
Booking appointments

Emakhosini πŸ‘πŸΎ Umndauwe 🐚 sthunywa πŸ“Ώ shinishane 🐲 Nzuza 🌬️ πŸ§œπŸ½β€β™€οΈ πŸ‘πŸΎ.Salukazi se Ndoda lesi 🌊 🐚 πŸ“Ώ 🐲 β›… πŸ§œπŸ½β€β™€οΈ πŸ‘πŸΎ πŸ‘πŸΎ.Ake sikh...
05/10/2026

Emakhosini πŸ‘πŸΎ Umndauwe 🐚 sthunywa πŸ“Ώ shinishane 🐲 Nzuza 🌬️ πŸ§œπŸ½β€β™€οΈ πŸ‘πŸΎ.

Salukazi se Ndoda lesi 🌊 🐚 πŸ“Ώ 🐲 β›… πŸ§œπŸ½β€β™€οΈ πŸ‘πŸΎ πŸ‘πŸΎ.

Ake sikhulume Ngekanyamba 🐲

Inkanyamba 🐲 zihlukile.. Wena mele wazi ukuthi uhamba ne Nkanyamba enjani...

1. Inkanyamba yomhlaba...

2. Inkanyamba yaka moya.. (Le iyahlola deep... Uphula lapho une clear direction.

3. Inkanyamba 🐲 yomlilo...

4. Nkanyamba ya manzi... (iza ngokwelapha)

NE mibala yakhona sihlukile...

Khona Inkanyamba eziveza ngombala o bhovu red. Leyo Nkanyamba eyalwa futhi ngeke uthintwe umuntu interms of violence... Lo muntu oyoshawa uvalo. Kodwa if it happens... Ngeke ngisho ukuthi what will happen to the person πŸ˜‚ πŸ˜‚

gold πŸ₯‡. Leyo Nkanyamba I dontsa umchebo kakhulu.

Kube emnyama : leyo Nkanyamba hmmm.... Ithi ngithi le kule..

Idlozi liyakwazi ukuthi liziveze nge Nkanyamba... Lokho ku s**a Kukhuluma ukuthi wena u hamba no moya o dala wamakhosi amakhulu....

Uma unalo moya mele ube nesbindi... Uyibize nge sbindi.. Umoya ungasukelwa lona...

Ngeke uthathe imali uyithole emandleni we Nkanyamba 🐲 udlale noma uphisane ngawo... Uzohlupheka.. Ukuyicenga umsebenzi omkhulu uma wena udlale ngamandla ayo...

Inkanyamba 🐲 I hamba no muntu one discipline.. Umuntu o beka a nezikinga Head on. You do not get scared of anything. Umuntu o nale Moya ku mele kube umuntu one qiniso.

Inkanyamba 🐲 iya vikela futhi iyabulala ke... Ngeke usuke la umuntu one Nkanyamba 🐲... Then o kwakho ku hambe kahle...

Lo moya ufike la umuntu ono bukhosi... Ben yama noma ba manzi.

Inkanyamba 🐲 iyabizwa uma ukewayiphupha... Ukuthi ube ne connection ne Nkanyamba 🐲 mele uzifundise i-meditation πŸ§˜β€β™‚οΈ ekuseni... Ukhulume nayo nge qondo.

Uma use une connection
Nayo... Uyaya ke la uyiphuphele khona... Izoziveza kuwe... Ungasabi

Inkanyamba 🐲 ithanda ukuthandazwa, ifuna amakhandlela nokushiselwa... Lo moya udinga I-alter...

Inkanyamba 🐲 akusi yisthwalo Into ephila phakathi kuwe...

Mntwana wamanzi, sthunywa samanziπŸŒŠβ›ˆοΈπŸ’¦πŸ§œπŸΎβ€β™€οΈAmanzi ayikuphila, amanzi ayimpilo. Konke okwakho uyokuthola emanzini, ukuphil...
01/10/2026

Mntwana wamanzi, sthunywa samanziπŸŒŠβ›ˆοΈπŸ’¦πŸ§œπŸΎβ€β™€οΈ
Amanzi ayikuphila, amanzi ayimpilo. Konke okwakho uyokuthola emanzini, ukuphila kwakho kuse manzini. Umcebo wakho use manzini, ikhaya lakho lise manzini. Izinhlungu ozizwa emzimbeni ziyolapheka emanzini, umoya wakho okhathazekile uyothola ukuthula emanzini. Masambe emanzini wena wamanziπŸŒŠπŸ’¦πŸ‘πŸ½

The SirenπŸ§œπŸΎβ€β™€οΈ

INZUZA SPIRIT !!Njoba sonke sazi okuwukuthi Inzuza kuwumoya ohlala ekujuleni kwamanzi lokho kumele kube wubufakazi bokut...
27/09/2026

INZUZA SPIRIT !!

Njoba sonke sazi okuwukuthi Inzuza kuwumoya ohlala ekujuleni kwamanzi lokho kumele kube wubufakazi bokuthi amanzi emifula lawa aphathiswe enkulu imfihlo le

namuhla ngizothi ukuJula ngama signs namaphupho aso le Spirit samanzi INzuza !!

INZUZA/IZIMPAWU !

- Uba wumuntu oba namahloni ngendlela eqake ukwenza aye ungathandi ukubhekana ngqo emehlweni nomuntu kodwa amehlo wakhe aba na that attraction ejulile

- uba noGazi olunhle kubantu bayakuthanda ngisho ungeylutho lomuntu uthandwa abantu abaphezulu ngemipilo abanemali

- uba namandla okubusisa amanzi lokhu oku natural awudingi ukukhuleka or ukuphahla ukukwenza lokho uvesane uwakhulumise enze lento oyifisile

- yonke imimoya ekwembethe it's considered powerful ngoba iNzuza into yamandla so yonke imimoya ekwembethe iba clean and powerful ngoba yona ayihlalelani nokungcola

- kubantu ubukeka ungumuntu unemali ekubeni ungenalutho ngisho ingabakhona ibe iyincane kubona ubekeka unemali eningi ngoba isthunzi sokuceba muneNzuza siyakulandela

- uba nokuwahlonipha uwasabe amanzi kakhulu

- you always have abantu who will stand up for you ngisho abanye bangakulwisa kanjani

- uba nezinkinga eziningi since ukhula and ziba ngaphezu kwamandla wakho

- uba nozwelo kodwa akumele adinwe kakhulu kuyonakala

- awuhloleleki easy kumele uthole ofana nawe ukuze akutjele iyndaba zakho nakhona uzokutjela kodwa not all the files ngayo

- kuthiwa uyathakatha ngoba kade begadla kodwa awunqobeki kunalokho izinduku zijika zishaye bona or zivele zingasebenzi

- uba nenkinga yamehlo too much

- uthanda ukugoqa izinyawo muhleli or ulele angithi uyi half human half fish 🐟

- unesfiso sokuba yinto enkulu ezweni though uba nokungazi ukuthi kanjani ngoba umuntu onalomoya usuke ephiwe okukhulu kakhulu

- awuthatheki otherwise yonkinto yakho muyenza iyagqama

- uba nezitha eziningi

- uba wumuntu ohlakaniphile too much

- uyaboniswa lomuntu haai indaba yokudlala

- uhlezi ugula njalo ngoba umuntu oneNzuza umelwe uk

22/09/2026

πŸ•― ISTHUNYWA SEZULU πŸ•―

πŸ•―πŸŒ¦ LeSthunywa sinolaka kakhulu naMandla uma unaso uba naMandla ajulile ngokukhuleka. nangoku sebenza ngeZIWASHO

πŸ•―πŸŒ¦ Uthanda ukuba wedwa awuziboni ubalulekile ebantwini.

πŸ•―πŸŒ¦ Uba wumuntu onolaka kodwa awubi nomona nenzondo. uba no zwelo eskhathini esiningi , just awufuni ukubhedelwa.

πŸ•―πŸŒ¦ Uba neSthunzi esi Attract'a abantu , uma wenza into iduma izwe lonke.

πŸ•―πŸŒ¦ Uba ngumuntu othusayo uma uthulile & abantu abakusondeli and abakukhulumisi uma ukuleso simo.

πŸ•―πŸŒ¦ Ufikelwa wukungathi ungaScreamer umemeze kakhulu

πŸ•―πŸŒ¦ Uyahlonipha too much lomuntu

πŸ•―πŸŒ¦ Akazwani nhlobo noku khuluma into engekho.

πŸ•―πŸŒ¦ Izindlebe zakhe zikhala amanzi , umsindo womoya noma izulu.

πŸ•―πŸŒ¦ Uhlushwa Isyezi / dizziness

πŸ•―πŸŒ¦ Awuzwani nokugqoka izinto zabantu , uzizwa ngenye indlela uma ugcoke into yomunye umuntu.

πŸ•―πŸŒ¦ Uma uke wakhuleka ufikelwa ukuZAMULA πŸ₯±

πŸ•―πŸŒ¦ Uhlushwa ukungalali ebsuku ulala uma kusa ngabo 05:00 am / 07:00 am.

πŸ•―πŸŒ¦ Awulali iskhathi eside uma uke walala ngo 21h00 pm uyovuka ngo 00h00 or 01h00 πŸ’”

πŸ•―πŸŒ¦ Most of yabantu abanalesi sthunywa abezwa ngomunye umuntu 😁 balawulwa ingilozi emhlophe.

πŸ•―πŸŒ¦ Uba nenhlanhla yokuphunyuka eyintweni eziningi eziyingozi.

πŸ•―πŸŒ¦ Uhlezi uphupha wena njalo / ngosuku olulodwa uphupha kaningi.

πŸ•―πŸŒ¦ Unokukhohlwa amaphupho wakho.

πŸ•―πŸŒ¦ Labantu abanalesi sthunywa ngeke ubafihlele lutho.

πŸ•―πŸŒ¦ Bayazazi izitha zabo zonke but they act like bayizilima

20/09/2026

Emakhosini πŸ‘πŸΎUmndauwe 🐚 sthunywa πŸ“Ώ shinishane 🐲 Nzuza 🌬️ πŸ§œπŸ½β€β™€οΈ πŸ‘πŸΎ

Salukazi se Ndoda lesi 🌊 🐚 πŸ“Ώ 🐲 β›… πŸ§œπŸ½β€β™€οΈ πŸ‘πŸΎ 🌊 🌊 🌊 🌊

Amakhosi amakhulu ase manzini Uma unawo.... Uma uphiwe ifa lo moya elikhulu lomlozi 🐚πŸͺˆπŸ‘ lokhokho bakho...

Bayo kubiza noma Baku lande 12 midnight noma 3am

Iyothi mawufika emfuleni uyofika Ufudu kanje....kodwa it's an appearance...

Noma Uma kufika uthole ugogo ephethe impande yokusebenza ngomlozi kungaba I phondo, igona,induku thizeni...

Lo moya womlozi awuzi ku noma bathini... YiFA lokhokho ebakuphathisa lona...

Cha ungasabi Ngeke ufe... Uzophila ubuye no moya omkhulu kakhulu philisayo.

Makhosi πŸ‘πŸΎπŸ’πŸ

Angichazi amaphupho bcz amaphupho ayinhlolo kwawona so I prefer umuntu ahlole once ukuze azothola zonke izimpendulo azid...
19/09/2026

Angichazi amaphupho bcz amaphupho ayinhlolo kwawona so I prefer umuntu ahlole once ukuze azothola zonke izimpendulo azidingayo n umuntu uvumelekile ukubuza izinhlolo if kunembuzo anayo ukuhlola R150❀️

Impilo yami iphethwe si Sthunywa neDlozi, ngeke ulunge mawuthakatha mina πŸ™β™₯️.
17/09/2026

Impilo yami iphethwe si Sthunywa neDlozi, ngeke ulunge mawuthakatha mina πŸ™β™₯️.

16/09/2026

Plz ladies and bo baba be praying for yr marriage. Relationships umjolo

Today vuke nezwi imshado emnengi nama relationship kochitheka ku sukuma Moya ebhedliza imshado nama relationships

So plz asithandazeni uthandazela I relationship yakho πŸ™πŸ§œπŸ™πŸ™πŸ™πŸ™

13/09/2026
31/08/2026

indaba engaka

Address

KwaZulu Natali Ladysmith
Ladysmith

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when GOGO Skhotheni Dlamini posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category