25/12/2022
Sibingelele ngomhla 25 December 2022 kulonyaka inkosi isenzelile okuhle yebo kwenzekile Kimi okubi lonyaka uqala February kwashona umama wami ongizalayo March kwashona ubaba wami kodwa kuwo lonyaka ngisakhala ujehova wanginika ithemba lami elizongesula izinyembezi Uma sbiya sothobe ungesulile izinyembezi ❤️ namuhla ngingufakazi ukuthi usomandla akakulingi ngokungaphezu kwakho noma okubi kulonyaka kwehlile empilweni yakho kokhona okuhle okukwehlele sethembe unyaka ozayo usiphathele okuhle egameni le group yethu ubungcwele buhle movement sikufisela ukisimuzi omuhle onezibusiso ujabule uzibheke ungakhohlwa umdali wakho uyaphila ❤️❤️❤️❤️🙏🙏🙏🙏🙏